Monday, 23 September 2013

Izithakazelo zami.

Izithakazelo zami.

"Duma
Mthombeni, Lwandle olungawelwa, Oluwelwa
zinkonjane, Zona ezihamba phezulu, Abangongolozi
abaphekwa netshe, Itshe lavuthwa kuqala, basala
bona.
Isibongo sakwaDuma sitholaka ebukhosini
bakwaDuma, endaweni yakwaDumisa lapho abantu
bakhona babelwa namabhubesi bawahlule. Manje
batholaka noma ngabe yikuphi abantu bakwaDuma."

Ake uziqgaje nawe

No comments:

Post a Comment